Ukugcinwa Kwe Koi Carp : Ubuciko obudala bezinhlanzi emhlabeni!

Overview

Publisher
Tektime
Released
January 11, 2025
ISBN
9788835473022
Format
ePub
Category
House & Home

Book Details

Incazelo emfushane
Siyakwemukela kulelizwe elihle lokugcinwa kwe Koi Carp, lapho ubuhle, ukuheha noku hlangana kobuciko boku nakekelwa kwemvelo ehlala emanzini. Lelibhuku lenzelwe ukuba likusize likuvulele indlela ezweni lobuhle balezinhlanzi ezihehayo nasebucikweni bazo obuthandekayo. Noma ngabe uyafika kuloluthando lwendalo yamanzi noma ngabe unalo ulwazi kodwa ufuna ukuthola ulwazi olungeziwe, lelibhuku lizokusiza ngolwazi oludingayo ukuze ukwazi ukunakekela i-Koi yakho.

Incazelo ephelele

Ngaphandle nje kokuth i-Koi itholakala umhlaba wonke, funi igxile kakhulu eChina nase Japan, kodwa, basuka esiqwini samanzi olwandle olumnyama, ulwandle i-Caspian kanye nolwandle i-Aral. I-Koi Carp isithandwa kakhulu kunakuqala, sebewuphawu lokuthula noxolo olunakekelwayo ezingadini zamanzi umhlaba wonke. Imibala yalezinhlanzi ezichazayo, ubuhle besakhiwo sazo, noku nyakaza kwaz' okunesizotha kuzenza zibe nenhlalo enokuthula okwenza ichibi lakholibe indawo yokuhlala enokuthula.
Ukugcinwa kwe Koi Carp kwenzelwe ukusiza labo abaqalayo, ngolwazi lemigomo ebalulekile ngokunakekelwa kwe Koi. Kusukela ekukhetheni kwe ndawo nesikalo samanzi, ukubapha ukudla ngokufanele kanye nezimo zempilo zeKoi ezejwayelekile, lencwadi inje ngomsizi wakho kuloluhambo olumayelana nokuphila ngaphansi kwamanzi. Njengoba uqala loluhambo, khumbula ukuthi Ukugcinwa kwe Koi akulona uthando nje, kuwubudlelwane ubukhulayo ngokuhamba kwesikhathi.

Author Description

Read this book in our EasyReadz App for Mobile or Tablet devices

To read this book on Windows or Mac based desktops or laptops:

Recently viewed Books

Help make us better

We’re always looking for ways to improve. If you’ve got feedback or suggestions about how we can do better, we’d love to hear from you.

Note: If you’re looking to solve a problem with your URMS eReader, app, or purchase, visit our Help page, or submit a help request.

What is the purpose of your visit?
Did you accomplish your goal?
Yes No
Where can we improve?
Your comments*